Wemadoda ngizweleni (Wamqoma kanjani waw'sukhala ngaye kangaka?) nam' angazi (Wamqoma kanjani?) wezintombi ngizweleni nani (Wamqoma kanjani waw'sukhala ngaye kangaka?) nam' angazi (Wamqoma kanjani?) ngibizeleni ingalo yom'thetho oh (Wamqoma kanjani waw'sukhala ngaye kangaka?) kubi, kubi lana (Wamqoma kanjani?) wemadoda ngizweleni bo (Wamqoma kanjani waw'sukhala ngaye kangaka?) anilamuleni (Wamqoma kanjani?) Umlingi wanglinga ngamanga Yena ungiyenge ngayengeka Inolimi insizwa, yilo, yilo Elingenze ngabhekana nensambatheka engibhekane nayo Mana makhelwane (makhelwane) Lalela, ngeke uqonde ilikhunyana lendaba yami Mina ngathenjiswa, ngathenjiswa Izulu nomhlaba (izulu nomhlaba) Wamqoma kanjani waw'sukhala ngaye kangaka? Wamqoma kanjani? Sengicela ningisize Wamqoma kanjani waw'sukhala ngaye kangaka? Ukuze ngiphume ngiphila lana Wamqoma kanjani? Sengicela nizw' isililo sami Wamqoma kanjani waw'sukhala ngaye kangaka? Hleze ngaphuma ngiphila lana Wamqoma kanjani? Sengicela ningisize Wamqoma kanjani waw'sukhala ngaye kangaka? Sengizwile kwanele manje Wamqoma kanjani? Umlingi wanglinga ngamanga Hamb' utshel abantu ukuth uqonyiwe Awkaqonywa Thando luxhashazwa ngoba banemali Munt' owadal' imali ng'yamesaba Lapho kunemal ak'lungi lutho Seng'buyel ekhaya mina Wemadoda ngizweleni (Wamqoma kanjani waw'sukhala ngaye kangaka?) nam' angazi (Wamqoma kanjani?) wezintombi ngizweleni nani (Wamqoma kanjani waw'sukhala ngaye kangaka?) nam' angazi (Wamqoma kanjani?) ngibizeleni ingalo yom'thetho oh (Wamqoma kanjani waw'sukhala ngaye kangaka?) kubi, kubi lana (Wamqoma kanjani?) wemadoda ngizweleni bo (Wamqoma kanjani waw'sukhala ngaye kangaka?) anilamuleni (Wamqoma kanjani?) Umlingi wanglinga ngamanga