Intokaz'ehlakaniphil'egaza nangobisi Igama lakhe nguLungile Wahlangana neny'insizwa Enekusasa eliqhakazile Ubhuti'uMicheal Ntombazan'uyangichaza Ngicel'ungikhaphe siy'espaza Ngizokuthengela nom'igwinya Sith'ukungcokola Umam'uzothetha Yen'ubab'uzongishaya Kodwa ngob'uyangicharma Asambe sisheshe sibuye Kwadlul'iminyaka Bakhula bababadala Kwavela nabantwana Imindeni yathi halala Umama wathi baba Baba wathi mama mina ngiyakuthanda Sadalelwana Intokaz'ehlakaniphil'egaza nangobisi Igama lakhe nguLungile Wahlangana neny'insizwa Enekusasa eliqhakazile Ubhuti'uMicheal Intokaz'ehlakaniphil'egaza nangobisi Igama lakhe nguLungile Wahlangana neny'insizwa Enekusasa eliqhakazile Ubhuti'uMicheal