[Ami Faku] Oh yini my love? Ndiyakukhumbula Oh hay', uyandihlanyisa Solokh'ndicinga ngawe Uthe uzobuya nini? Ndonwaba xa ukhona Ndonwaba xa ukhona Mina ngiyazifela ngawe (Buya, buya) Ngicel'ubuye Seng'iyazifela buya [Nomfundo Moh] Phakade lami, ngab'uphilile na wena? Kunini ngik'khumbule Wenz'ingqondo yam' izulele le, yeah le Waze wakude, weh Zobuya nini ngik'bone? [Nomfundo Moh] Ukube nginamandla beng'zodiliz' intaba Zingisithela, zingisithela wena Buya, buya Sek'yazwela buya Njalo mayeshona malanga ng'nethemb' uzobuya Ngathi ngyazkhohlisa nazi phel'iy'nsuku z'yedlula Sthandwa sami, ng'yak'khumbula Buya phela, kunini ngikulindile [Nomfundo Moh] Phakade lami, ngab'uphilile na wena? Kunini ngik'khumbule Wenz'ingqondo yam' izulele le, yeah le Waze wakude, weh Zobuya nini ngik'bone? [Sha Sha] Kutheni kulamalanga, umuntu edlal'imizwa? It’s like I'm in a paradise, ukuba nawe wedali weh Kuvele kuthi mangizule, ngs'hay' imoto ngiyokulanda Dali wam', Soka lam', ng'funa ungibambe [?] Ub'suku bonke zange ngilale Ub'suku zange ng'lale sthandwa sami Ngilangazelela wena, ngabe wen'uzobuya? Ngilangazelel' ukukbona wena [Nomfundo Moh] Phakade lami, ngab'uphilile na wena? Kunini ngik'khumbule Wenz'ingqondo yam' izulele le, yeah le Waze wakude, weh Zobuya nini ngik'bone? Phakade lami, ngab'uphilile na wena? Kunini ngik'khumbule Wenz'ingqondo yam' izulele le, yeah le Waze wakude, weh Zobuya nini ngik'bone?